-
AmaNani 7:11IBhayibhili Elingcwele
-
-
11 uJehova wathi kuMosi: “Akubuye umkhokheli oyedwa ngelanga, insuku zilandelana, azokwethula umnikelo wakhe wokunikelwa kwe-alithare.”
-
-
AmaNani 7:72IBhayibhili Elingcwele
-
-
72 Owaletha umnikelo wakhe ngelanga lesi-11 ngumkhokheli wamadodana ka-Asheri uPhagiyeli+ indodana ka-Okhirani.
-
-
AmaNani 10:26IBhayibhili Elingcwele
-
-
26 Owayekhokhela iqembu lesizwana samadodana ka-Asheri nguPhagiyeli+ indodana ka-Okhirani.
-