-
AmaNani 22:23IBhayibhili Elingcwele
-
-
23 Ubabhemi wathi ebona ingilosi kaJehova imi emgwaqweni iphethe inkemba, wazama ukuphambuka emgwaqweni angene iganga. Kodwa uBhalamu wamtshaya ubabhemi ukuze ambuyisele emgwaqweni.
-
-
AmaNani 22:25IBhayibhili Elingcwele
-
-
25 Ubabhemi wathi ebona ingilosi kaJehova waziminyezela emdulini futhi wabandezela unyawo lukaBhalamu emdulini, uBhalamu waphinda wamtshaya.
-
-
AmaNani 22:27IBhayibhili Elingcwele
-
-
27 Ubabhemi wathi ebona ingilosi kaJehova walala phansi. UBhalamu wathukuthela kakhulu futhi waqhubeka etshaya ubabhemi ngomqwayi.
-