-
2 USamuyeli 13:39IBhayibhili Elingcwele
-
-
39 Ngemva kwesikhathi iNkosi uDavida yafisa ukuyabona u-Abhisalomu ngoba yayisiduduzekile ngokufa kuka-Amnoni.
-
-
2 USamuyeli 18:33IBhayibhili Elingcwele
-
-
33 Inkosi yakhathazeka kakhulu yaqansa yaya endlini esephahleni lwegedi yakhala. Yayihamba ikhala isithi: “Ndodana yami Abhisalomu, ndodana yami! Ndodana yami Abhisalomu! Ngabe kufe mina kulokuthi kufe wena Abhisalomu ndodana yami, ndodana yami!”+
-
-
2 USamuyeli 19:2IBhayibhili Elingcwele
-
-
2 Ngakho ngalolosuku intokozo yokunqoba yaguquka yaba yikulila ngoba bonke abantu bezwa ukuthi inkosi ililela indodana yayo.
-