-
UJobe 34:21IBhayibhili Elingcwele
-
-
21 UNkulunkulu uyazibona zonke izindlela zomuntu,+
Uyakubona konke akwenzayo.
-
-
IZaga 5:21IBhayibhili Elingcwele
-
-
21 Phela uJehova uyazibona izindlela zomuntu;
Uyazihlolisisa zonke izindlela zakhe.+
-
-
UJeremiya 16:17IBhayibhili Elingcwele
-
-
17 ‘Ngoba amehlo ami ayakubona konke abakwenzayo.
Ngeke bangifihlele lutho,
Lesono sabo ngiyasibona.
-