-
IHubo 48:1-3IBhayibhili Elingcwele
-
-
48 UJehova mkhulu futhi kufanele adunyiswe,
Kadunyiswe edolobheni likaNkulunkulu wethu, entabeni yakhe engcwele.
2 Intaba iZiyoni esenyakatho,
Inhle futhi iphakeme, yenza umhlaba wonke uthokoze,+
Ilidolobho leNkosi Enkulu.+
3 Phakathi kwezinqaba zayo
UNkulunkulu wenze kwaziwa ukuthi yena uyindawo yokucatsha evikelekileyo.*+
-