-
1 AmaKhosi 16:8IBhayibhili Elingcwele
-
-
8 Ngomnyaka wesi-26 wokubusa kuka-Asa inkosi yakoJuda, u-Ela indodana kaBhahasha waba yinkosi yako-Israyeli eThiriza futhi wabusa okweminyaka emibili.
-
-
1 AmaKhosi 16:15IBhayibhili Elingcwele
-
-
15 Ngomnyaka wesi-27 wokubusa kuka-Asa inkosi yakoJuda, uZimri waba yinkosi okwamalanga ayisikhombisa eThiriza, ngesikhathi amabutho esenkambeni efuna ukuhlasela iGibhethoni+ eyayingeyamaFilisti.
-
-
1 AmaKhosi 16:22IBhayibhili Elingcwele
-
-
22 Kodwa abantu ababelandela u-Omri babanqoba labo ababelandela uThibhini indodana kaGinathi. UThibhini wafa, u-Omri wasesiba yinkosi.
-