Eksodusi 2:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Ngemva kwesikhathi eside,* inkosi yaseGibhithe yafa, + kodwa ama-Israyeli aqhubeka ebubula ngenxa yokugqilazwa, ekhala ekhononda, futhi ukukhalela kwawo usizo ngenxa yokugqilazwa kwaqhubeka kwenyukela kuNkulunkulu weqiniso. + IzEnzo 7:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngaphezu kwalokho, uNkulunkulu wamtshela ukuthi inzalo* yakhe yayizoba izifiki ezweni elingelona elayo, nokuthi abantu bakhona babeyoyenza izigqila bayihluphe* iminyaka engu-400. +
23 Ngemva kwesikhathi eside,* inkosi yaseGibhithe yafa, + kodwa ama-Israyeli aqhubeka ebubula ngenxa yokugqilazwa, ekhala ekhononda, futhi ukukhalela kwawo usizo ngenxa yokugqilazwa kwaqhubeka kwenyukela kuNkulunkulu weqiniso. +
6 Ngaphezu kwalokho, uNkulunkulu wamtshela ukuthi inzalo* yakhe yayizoba izifiki ezweni elingelona elayo, nokuthi abantu bakhona babeyoyenza izigqila bayihluphe* iminyaka engu-400. +