-
Joshuwa 14:14IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
14 Yingakho iHebroni liyifa likaKalebi indodana kaJefune umKhenizi kuze kube namuhla, ngenxa yokuthi walandela uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ngenhliziyo yakhe yonke. +
-
-
Joshuwa 19:49IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
49 Baqeda kanjalo-ke ukuhlukanisa izwe ukuze libe yifa ngokwezindawo zalo. Ama-Israyeli abe esenika uJoshuwa indodana kaNuni ifa phakathi kwawo.
-