-
Duteronomi 1:26-28IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
26 Kodwa nenqaba ukwenyuka, nadlubulunda emyalweni kaJehova uNkulunkulu wenu. + 27 Nanilokhu nikhononda ematendeni enu nithi, ‘UJehova wasikhipha ezweni laseGibhithe ngoba esizonda ukuze asinikele esandleni sama-Amori ukuba asiqothule. 28 Siya endaweni enjani? Abafowethu basiqeda amandla + ngokuthi bathi: “Bayisizwe esikhulu nesinabantu abade kunathi, amadolobha abo makhulu futhi anezivikelo eziqinile ezifinyelela ezulwini, *+ sabona namadodana ama-Anaki + lapho.”’
-