Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Numeri 14:33
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 33 Amadodana enu ayoba abelusi ehlane iminyaka engu-40, + kuyomelwe aphendule ngenxa yezenzo zenu zokungathembeki* kuze kube yilapho kuwa isidumbu senu sokugcina. +

  • Duteronomi 29:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 ‘Lapho ngikuhola iminyaka engu-40 ehlane, + izingubo zakho azizange ziguge, nezimbadada zakho azizange zigugele ezinyaweni zakho. +

  • Joshuwa 5:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Ama-Israyeli ayehambe iminyaka engu-40 + ehlane kwaze kwaba yilapho sonke isizwe sesifile, okungukuthi amadoda ayesebuthweni lempi ayephume eGibhithe, amadoda angalilalelanga izwi likaJehova. + UJehova wayefungile kuwo ukuthi wayengeke alokothe awavumele ukuba alibone izwe + uJehova ayefunge kokhokho bawo ukuthi uzolinika abantu bakhe, *+ izwe eligeleza ubisi noju. +

  • IHubo 95:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Iminyaka engu-40 ngangisenyanya leso sizukulwane, ngathi:

      “Siyisizwe esihlale siphambuka ezinhliziyweni zaso;

      Asikazazi izindlela zami.”

  • IzEnzo 13:18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 Enkathini ecishe ibe iminyaka engu-40, wabekezelela izenzo zaso ehlane. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela