-
Numeri 26:63, 64IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
63 Yilaba ababhaliswa uMose no-Eleyazare umpristi lapho bebhalisa ama-Israyeli emathafeni awugwadule akwaMowabi ngaseJordani eJeriko. 64 Kodwa phakathi kwabo kwakungekho noyedwa kulabo ababhaliswa uMose no-Aroni umpristi lapho kubalwa ama-Israyeli ehlane laseSinayi. +
-
-
1 Korinte 10:5IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
5 Noma kunjalo, abaningi babo uNkulunkulu akajabulanga ngabo, ngoba babulawa ehlane. +
-