-
Numeri 21:23, 24IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
23 Kodwa uSihoni akamvumelanga u-Israyeli ukuba adabule endaweni yakhe. Kunalokho waqoqa bonke abantu bakhe waphuma wayomelana no-Israyeli ehlane, wafika eJahazi waqala ukulwa no-Israyeli. + 24 Kodwa u-Israyeli wamnqoba ngenkemba + walidla izwe lakhe + kusukela e-Arinoni + kwaze kwaba seJabhoki, + eduze kwama-Amoni, ngoba iJazeri + liwumngcele wendawo yama-Amoni. +
-
-
Duteronomi 2:31IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
31 “UJehova wabe esethi kimi, ‘Bheka, sengiqalile ukunikela uSihoni nezwe lakhe kuwe. Qala ukudla ifa lezwe lakhe.’ +
-