Numeri 20:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Ngenyanga yokuqala, yonke inhlangano yama-Israyeli yafika ehlane laseZini, abantu baqala ukuhlala eKadeshi. + Yilapho uMiriyamu + afela khona wangcwatshelwa khona. Numeri 27:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 ngenxa yokuthi lapho inhlangano ixabana nami ehlane laseZini, nadlubulunda emyalweni wami wokungingcwelisa ngamanzi phambi kwayo. + Lawa amanzi aseMeriba + eKadeshi + ehlane laseZini.” + Duteronomi 32:51 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 51 ngoba nobabili anithembekanga kimi phakathi kwama-Israyeli emanzini aseMeriba + laseKadeshi ehlane laseZini, ngenxa yokuthi aningingcwelisanga phambi kwama-Israyeli. + Joshuwa 15:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Izwe elabelwa *+ imindeni yesizwe sakwaJuda lafinyelela emngceleni wakwa-Edomi, + ihlane laseZini, kuya eNegebhi emkhawulweni wayo oseningizimu.
20 Ngenyanga yokuqala, yonke inhlangano yama-Israyeli yafika ehlane laseZini, abantu baqala ukuhlala eKadeshi. + Yilapho uMiriyamu + afela khona wangcwatshelwa khona.
14 ngenxa yokuthi lapho inhlangano ixabana nami ehlane laseZini, nadlubulunda emyalweni wami wokungingcwelisa ngamanzi phambi kwayo. + Lawa amanzi aseMeriba + eKadeshi + ehlane laseZini.” +
51 ngoba nobabili anithembekanga kimi phakathi kwama-Israyeli emanzini aseMeriba + laseKadeshi ehlane laseZini, ngenxa yokuthi aningingcwelisanga phambi kwama-Israyeli. +
15 Izwe elabelwa *+ imindeni yesizwe sakwaJuda lafinyelela emngceleni wakwa-Edomi, + ihlane laseZini, kuya eNegebhi emkhawulweni wayo oseningizimu.