-
Duteronomi 9:1, 2IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 “O Israyeli yizwa, namuhla uwela iJordani + ukuze ungene futhi uphuce izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe ifa lazo, + amadolobha amakhulu nanezivikelo eziqinile ezifinyelela emazulwini, *+ 2 isizwe esinabantu abakhulu nabade, abantwana bama-Anaki, + owaziyo ngaso nozwile kuthiwa ngaso, ‘Ubani ongamelana nabantwana bama-Anaki?’
-