7 Ngangineminyaka engu-40 ubudala lapho uMose inceku kaJehova engithuma ngisuka eKadeshi-barineya ukuba ngiyohlola izwe, + futhi ngabuya nombiko oqondile. + 8 Nakuba abafowethu engangihambe nabo bathusa abantu, mina ngamlandela ngenhliziyo yami yonke uJehova uNkulunkulu wami. +