Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Numeri 14:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Wonke ama-Israyeli aqala ukububula ngoMose nango-Aroni, + yonke inhlangano yakhuluma kabi ngabo yathi: “Ukube savele safela ezweni laseGibhithe noma safela kuleli hlane!

  • Numeri 26:64
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 64 Kodwa phakathi kwabo kwakungekho noyedwa kulabo ababhaliswa uMose no-Aroni umpristi lapho kubalwa ama-Israyeli ehlane laseSinayi. +

  • Numeri 32:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 ‘Amadoda akhuphuka ephuma eGibhithe asukela eminyakeni engu-20 ubudala kuya phezulu ngeke alibone izwe + engafunga ukulinika u-Abrahama, u-Isaka noJakobe, + ngoba awazange angilandele ngenhliziyo ephelele⁠—

  • Duteronomi 1:35
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 35 ‘Akekho noyedwa phakathi kwala madoda alesi sizukulwane esibi oyobona izwe elihle engafunga ukulinika oyihlo, +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela