Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 14:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Athi kuMose: “Yingoba zingekho yini izindawo zokungcwaba eGibhithe njengoba usilethe lapha ukuba sifele ehlane? + Yini le osenze yona ngokusihola usikhiphe eGibhithe?

  • Eksodusi 17:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 3 Kodwa abantu babomele amanzi kakhulu lapho, babelokhu bebubula ngoMose + bethi: “Usikhipheleni eGibhithe uzosibulala ngokoma thina nabantwana bethu nemfuyo yethu?”

  • Numeri 16:13, 14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Ingabe kuyinto encane kangako ukuthi usikhiphe ezweni eligeleza ubisi noju ukuze uzosibulala ehlane? + Ingabe manje sewufuna nokusibusa ngokuphelele?* 14 Kumanje nje, akukho zwe eligeleza ubisi noju + osilethe kulo futhi akukho masimu nazivini zamagilebhisi osinike kona njengefa. Ingabe ufuna labo bantu bakulandele njengezimpumputhe?* Ngeke size!”

  • Numeri 21:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 Abantu babelokhu bekhuluma kabi ngoNkulunkulu nangoMose, + bethi: “Nisikhipheleni eGibhithe ukuze sizofela ehlane? Akukho kudla namanzi + futhi thina sesiyasizonda* lesi sinkwa esidelelekile.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela