Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Numeri 27:12-14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 Ngemva kwalokho uJehova wathi kuMose: “Khuphukela kule ntaba yase-Abharimi, + ubuke izwe engizolinika ama-Israyeli. + 13 Lapho usulibonile, uyofa, + njengoba nje no-Aroni umfowenu afa, + 14 ngenxa yokuthi lapho inhlangano ixabana nami ehlane laseZini, nadlubulunda emyalweni wami wokungingcwelisa ngamanzi phambi kwayo. + Lawa amanzi aseMeriba + eKadeshi + ehlane laseZini.” +

  • Duteronomi 1:37
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 37 (Nami uJehova waze wangithukuthelela ngenxa yenu, wathi, “Nawe ngeke ungene khona. +

  • Duteronomi 3:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Kodwa uJehova wayesangithukuthelele ngenxa yenu, + akazange angilalele. Kunalokho, uJehova wathi kimi, ‘Kwanele manje! Ungaphinde ukhulume nami ngale ndaba.

  • Duteronomi 32:51, 52
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 51 ngoba nobabili anithembekanga kimi phakathi kwama-Israyeli emanzini aseMeriba + laseKadeshi ehlane laseZini, ngenxa yokuthi aningingcwelisanga phambi kwama-Israyeli. + 52 Uzolibona leli zwe ukude, kodwa ngeke ungene ezweni engilinika isizwe sakwa-Israyeli.” +

  • Duteronomi 34:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 UJehova wabe esethi kuye: “Nanti izwe engifunge ngalo ku-Abrahama, u-Isaka noJakobe, ngithi, ‘Ngiyolinika inzalo* yakho.’ + Ngikuvumele ukuba ulibone ngamehlo akho, kodwa ngeke uwelele kulo.” +

  • Joshuwa 1:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 “UMose inceku yami ufile. + Manje sukuma, uwele iJordani, wena naso sonke lesi sizwe, uye ezweni engisinika lona, engilinika ama-Israyeli. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela