Duteronomi 2:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Ngakho sadlula ngakubafowethu abahlala eSeyiri, inzalo ka-Esawu, + sashiya indlela yase-Araba, ne-Elati ne-Eziyoni-gebheri. + “Sabe sesiphenduka sahamba ngendlela yasehlane lakwaMowabi. + AbaHluleli 11:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Lapho enqamula ehlane, wahambela kude nezwe lakwa-Edomi + nelakwaMowabi. Wadlula ngasempumalanga yezwe lakwaMowabi + wafike wamisa amatende e-Arinoni; akazange angene ngaphakathi kwemingcele yakwaMowabi, + ngoba i-Arinoni laliwumngcele wakwaMowabi.
8 Ngakho sadlula ngakubafowethu abahlala eSeyiri, inzalo ka-Esawu, + sashiya indlela yase-Araba, ne-Elati ne-Eziyoni-gebheri. + “Sabe sesiphenduka sahamba ngendlela yasehlane lakwaMowabi. +
18 Lapho enqamula ehlane, wahambela kude nezwe lakwa-Edomi + nelakwaMowabi. Wadlula ngasempumalanga yezwe lakwaMowabi + wafike wamisa amatende e-Arinoni; akazange angene ngaphakathi kwemingcele yakwaMowabi, + ngoba i-Arinoni laliwumngcele wakwaMowabi.