32 O nina mibuso yomhlaba, hubelani uNkulunkulu, +
Dumisani uJehova, (Sela)
33 Lowo ogibela amazulu asendulo. +
Uyaduma ngezwi lakhe, izwi lakhe elinamandla.
34 Dumisani uNkulunkulu ngoba unamandla. +
Ubusa phezu kuka-Israyeli,
Amandla akhe aphakeme asesibhakabhakeni.