-
Numeri 27:18IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
18 Ngakho uJehova wathi kuMose: “Thatha uJoshuwa indodana kaNuni, indoda enomoya, ubeke isandla sakho kuye. +
-
-
Numeri 27:21IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
21 UJoshuwa uyoma phambi kuka-Eleyazare umpristi, oyombuzela ngesahlulelo se-Urimi + phambi kukaJehova. Bayophuma ngomyalo wakhe bangene ngomyalo wakhe, yena nawo wonke ama-Israyeli akanye naye nayo yonke inhlangano.”
-
-
Joshuwa 1:16IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
16 Baphendula bathi kuJoshuwa: “Konke osiyale ngakho sizokwenza, futhi sizoya nomaphi lapho usithuma khona. +
-