Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Genesise 12:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 Ngemva kwalokho uJehova wabonakala ku-Abrama wathi: “Leli zwe + ngizolinika inzalo* + yakho.” Ngakho wamakhela lapho i-altare uJehova, owayebonakale kuye.

  • Genesise 13:14, 15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Ngemva kokuba uLoti esehlukene no-Abrama, uJehova wathi ku-Abrama: “Ngicela uphakamise amehlo akho ukuleyo ndawo okuyo, ubheke enyakatho naseningizimu, empumalanga nasentshonalanga, 15 ngoba lonke leli zwe olibonayo, ngiyolinika wena nenzalo* yakho libe ngelenu unomphela. +

  • Genesise 17:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 Lapho u-Abrama eneminyaka engu-99 ubudala, uJehova wabonakala kuye wathi: “NginguNkulunkulu uMninimandla Onke. Hamba phambi kwami ungabi naphutha.*

  • Genesise 17:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 “Ngiyosigcina isivumelwano sami phakathi kwami nawe + nenzalo* yakho kuzo zonke izizukulwane zayo kube isivumelwano saphakade, ukuze ngibe uNkulunkulu kuwe nasenzalweni* yakho.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela