-
Eksodusi 18:17, 18IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
17 Umukhwe kaMose wathi kuye: “Akukuhle lokhu okwenzayo. 18 Nakanjani uzokhathala, wena nalaba bantu abanawe, ngoba kuwumthwalo omkhulu kakhulu kuwe futhi ngeke ukwazi ukuwuthwala wedwa.
-