Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 34:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 UJehova wayedlula phambi kwakhe ememeza ethi: “NguJehova, nguJehova, uNkulunkulu onesihe + nozwela, *+ owephuza ukuthukuthela + nochichima uthando oluqotho *+ neqiniso, *+

  • Duteronomi 30:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 3 uJehova uNkulunkulu wakho uyobe esebuyisa izithunjwa zakho + akubonise isihe + aphinde akuqoqe kuzo zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho akuhlakazele kuzo. +

  • 2 IziKronike 30:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Ngoba lapho nibuyela kuJehova, abafowenu namadodana enu bayoboniswa isihe ngabantu ababathumbile, + bavunyelwe ukuba babuyele kuleli zwe, + ngoba uJehova uNkulunkulu wenu unozwela* nesihe + futhi ngeke abususe ubuso bakhe kini uma nibuyela kuye.” +

  • Nehemiya 9:31
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 31 Ngenxa yesihe sakho esikhulu awuwaqothulanga + noma uwashiye, ngoba wena unguNkulunkulu onozwela* nonesihe. +

  • Isaya 54:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 “Ngakushiya umzuzwana,

      Kodwa ngizokubuyisa ngesihe esikhulu. +

  • Isaya 55:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 Umuntu omubi makashiye indlela yakhe, +

      Nomuntu ongalungile imicabango yakhe;

      Makabuyele kuJehova, oyoba nesihe kuye, +

      KuNkulunkulu wethu ngoba uyomthethelela ngendlela enkulu. *+

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela