-
1 Samuweli 4:7, 8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 AmaFilisti esaba, ngoba athi: “Kufike uNkulunkulu ekamu!” + Ngakho athi: “Saze sangena enkingeni, ngoba ayikaze yenzeke into enjengale! 8 Saze sangena enkingeni! Ubani ozosisindisa esandleni salo Nkulunkulu omkhulu ngokubabazekayo? Nguye lo Nkulunkulu owashaya abaseGibhithe ebabulala ngezindlela ezihlukahlukene ehlane. +
-