Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Numeri 13:23-27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 23 Lapho efika eSigodini* Sase-Eshikoli, + afike anqamula igatsha elalinehlukuzo elilodwa lamagilebhisi, okwadingeka ukuba amadoda amabili alitshathe ngogodo, kanye namanye amahalananda* namakhiwane. + 24 Abiza leyo ndawo ngokuthi iSigodi* Sase-Eshikoli, *+ ngenxa yehlukuzo ama-Israyeli alinqamula lapho.

      25 Ekupheleni kwezinsuku ezingu-40 + abuya ekuhloleni izwe. 26 Abuyela kuMose no-Aroni nakuyo yonke inhlangano yama-Israyeli ehlane lasePharanu, eKadeshi. + Abuyisa umbiko kuyo yonke inhlangano, ababonisa nezithelo zezwe. 27 Yilokhu akubikela uMose: “Singenile ezweni osithume kulo, ngempela ligeleza ubisi noju, + nazi izithelo zalo. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela