-
2 IziKronike 12:8, 9IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
8 Kodwa bazoba izinceku zakhe, ukuze bawazi umehluko phakathi kokukhonza mina nokukhonza amakhosi* amanye amazwe.”
9 Ngakho uShishaki inkosi yaseGibhithe wakhuphuka wahlasela iJerusalema. Wathatha ingcebo yendlu kaJehova + nengcebo yendlu yenkosi.* Wathatha yonke into kanye namahawu egolide uSolomoni ayewenzile. +
-
-
Jeremiya 5:19IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
19 Lapho bebuza bethi, ‘Kungani uJehova uNkulunkulu wethu enze zonke lezi zinto kithi?’ kufanele ubaphendule uthi, ‘Njengoba nje nimshiyile uNkulunkulu wenu nakhonza unkulunkulu wesinye isizwe ezweni lenu, kanjalo niyokhonza abantu besinye isizwe ezweni okungelona elenu.’ ” +
-