Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 IziKronike 36:15, 16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 UJehova uNkulunkulu wokhokho babo waqhubeka ebaxwayisa esebenzisa izithunywa zakhe, ebaxwayisa ngokuphindaphindiwe, ngoba waba nozwela ngabantu bakhe nangendawo yakhe yokuhlala. 16 Kodwa babelokhu behlekisa ngezithunywa zikaNkulunkulu weqiniso, + bedelela amazwi akhe, + bebenza inhlekisa abaprofethi bakhe, + kwaze kwaphela ithemba lokuthi bangaphulukiswa, uJehova wabavuthela ngolaka. +

  • Isaya 42:24
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 24 Ngubani onikele uJakobe ukuba aphundlwe

      No-Israyeli kubaphangi?

      Akuyena yini uJehova, Lowo esone kuye?

      Abafunanga ukuhamba ezindleleni zakhe,

      Abazange bawulalele umthetho wakhe. *+

  • Jeremiya 40:2, 3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Induna yonogada yamthatha uJeremiya yathi kuye: “UJehova uNkulunkulu wakho wabikezela ngale nhlekelele eyehlele le ndawo, 3 uJehova uyilethile njengoba nje asho, ngoba nina nonile kuJehova, anililalelanga izwi lakhe. Yingakho nehlelwe yile nhlekelele. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela