-
Duteronomi 28:15IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
15 “Kodwa uma ungeke ulilalele izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ngokuqikelela ukuthi wenza yonke imiyalo yakhe nemithetho yakhe engikuyala ngayo namuhla, zonke lezi ziqalekiso ziyokwehlela phezu kwakho: +
-
-
Duteronomi 28:33IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
33 Isithelo somhlabathi wakho nakho konke okukhiqizayo kuyodliwa isizwe ongasazi, + ngaso sonke isikhathi uyophanjwa futhi uchotshozwe.
-
-
Nehemiya 5:4IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
4 Kukhona nababethi: “Siboleke imali ukuze sikhokhe intela yenkosi, sabambisa ngamasimu ethu nangamasimu ethu amagilebhisi. +
-