-
Isaya 40:29-31IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
29 Unika okhathele amandla
Abanike amandla aphelele labo abangenamandla. +
30 Abafana bayokhathala baphelelwe amandla,
Nezinsizwa ziyokhubeka ziwe,
31 Kodwa labo abathembele kuJehova bayothola amandla kabusha.
Bayokhuphuka ngamaphiko njengezinkozi. +
Bayogijima bangaphelelwa amandla;
Bayohamba bangakhathali.” +
-