-
Ezra 9:6IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
6 Ngase ngithi: “O Nkulunkulu wami, ngizizwa nginamahloni futhi ngiphoxekile. Angicabangi ukuthi ngiyakufanelekela ukuthandaza kuwe Nkulunkulu wami, ngoba iziphambeko zethu zandile phezu kwamakhanda ethu necala lethu likhule laze lafika emazulwini. +
-
-
Daniyeli 9:5IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
5 sonile senza okungalungile futhi senza ngokonakala sadlubulunda; + siphambukile emiyalweni yakho nasezahlulelweni zakho.
-