Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 47:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 47 Yehla uhlale othulini,

      Ndodakazi eyintombi yaseBhabhiloni. +

      O ndodakazi yamaKhaledi,

      Hlala phansi emhlabathini lapho kungekho khona isihlalo sobukhosi, +

      Ngoba abantu ngeke baphinde bathi untekenteke futhi ngeke usatotoswa.

  • Jeremiya 25:12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 “ ‘Kodwa lapho iminyaka engu-70 isiphelile, + ngizoyijezisa inkosi yaseBhabhiloni nabantu bakhona ngenxa yecala labo,’ + kusho uJehova, ‘izwe lamaKhaledi ngizolenza libe yincithakalo kuze kube phakade. +

  • Jeremiya 50:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  2 “Kushoni phakathi kwezizwe nikumemezele.

      Misani isigxobo njengophawu nikumemezele.

      Ningafihli lutho!

      Thanini, ‘IBhabhiloni linqotshiwe. +

      UBheli uhlazekile. +

      UMerodaki wesabe kakhulu.

      Imifanekiso yalo ihlazekile.

      Izithixo zalo ezinyanyekayo* zesabe kakhulu.’

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela