Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 19:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 Manje uma nizolilalelisisa izwi lami nigcine isivumelwano sami, nakanjani niyoba impahla yami ekhethekile* kuzo zonke izizwe + ngoba wonke umhlaba ungowami. +

  • Eksodusi 31:16, 17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Ama-Israyeli kumele agcine iSabatha; kumele agcine iSabatha nazo zonke izizukulwane zawo. Liyisivumelwano saphakade. 17 Liwuphawu kuze kube phakade phakathi kwami nabantu bakwa-Israyeli, + ngoba ngezinsuku eziyisithupha uJehova wenza amazulu nomhlaba, kwathi ngosuku lwesikhombisa wayeka ukusebenza waphumula.’” +

  • Duteronomi 4:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 8 Yisiphi isizwe esikhulu esineziqondiso ezilungile nezinqumo zokwahlulela njengawo wonke lo Mthetho engiwubeka phambi kwenu namuhla? +

  • 1 IziKronike 17:21
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 21 Yisiphi esinye isizwe emhlabeni esinjengabantu bakho u-Israyeli? + UNkulunkulu weqiniso wahamba wasikhulula ukuze sibe abantu bakhe. + Uzenzele igama ngezenzo zakho ezinkulu nezimangalisayo, + ngokuxosha izizwe phambi kwabantu bakho + owabakhulula eGibhithe.

  • Roma 3:1, 2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 3 Pho ungcono ngani umJuda, noma, iyini inzuzo yokusoka? 2 Ungcono kakhulu ngazo zonke izindlela. Okokuqala, ngokuthi waphathiswa amazwi angcwele kaNkulunkulu. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela