Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 41:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 Ngakho ingcweti iqinisa osebenza ngensimbi; +

      Oqondisa ngesando sokukhanda

      Uqinisa oshaya ngesando ensimbini okukhandelwa kuyo.

      Uthi ngokushiselwe ngomthofu: “Kuhle.”

      Isithombe sibe sesiqiniswa ngezipikili ukuze singawi.

  • Isaya 46:6, 7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  6 Kukhona labo abakhipha igolide esikhwameni sabo;

      Bakala isiliva esikalini.

      Baqasha osebenza ngensimbi, alenze libe ngunkulunkulu. +

      Bayamkhothamela, yebo, bamkhonze. +

       7 Bametshatha ehlombe; +

      Bayamthwala bambeke endaweni yakhe, ame nje lapho.

      Akasuki endaweni yakhe. +

      Bayammemeza kodwa akaphenduli;

      Akakwazi kusindisa muntu ekucindezelekeni. +

  • Jeremiya 10:3, 4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  3 Amasiko ezizwe ayize.*

      Umbazi ugawula isihlahla ehlathini,

      Bese enza ngaso isithombe esibaziwe. +

       4 Basihlobisa ngesiliva nangegolide +

      Basishayelele ngesando nangezipikili ukuze singawi. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela