-
Duteronomi 20:1IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
20 “Uma uya empini uyolwa nezitha zakho bese ubona ukuthi amahhashi azo, izinqola zempi namabutho azo kuningi kunokwakho, ungazesabi ngoba uJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibhithe unawe. +
-
-
Roma 8:31IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
31 Sizothini-ke ngalezi zinto? Uma uNkulunkulu engakithi, ubani oyomelana nathi? +
-