Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 32:14, 15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Ngoba umbhoshongo onezivikelo eziqinile ushiyiwe;

      Idolobha elinomsindo lishiywe dengwane. +

      I-Ofeli + nenqaba yokuqapha sekuyincithakalo unomphela,

      Izimbongolo zasendle ziyajabula ngakho,

      Sekuyidlelo lemihlambi, +

      15 Kuze kube yilapho sekuthululelwe phezu kwethu umoya ovela phezulu, +

      Nehlane liba yingadi yezithelo,

      Nengadi yezithelo isibhekwa njengehlathi. +

  • Isaya 60:21
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 21 Bonke abantu bakho bayoba abalungile;

      Izwe liyoba ngelabo kuze kube phakade.

      Bayihlumela engilitshalile,

      Umsebenzi wezandla zami, + ukuze ngidunyiswe. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela