Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 42:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  9 Izinto zokuqala bheka sezenzekile;

      Manje ngimemezela izinto ezintsha.

      Nginitshela ngazo zingakaveli.” +

  • Isaya 46:9, 10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  9 Khumbulani izinto zakudala,* zesikhathi esidlule,

      Ukuthi nginguNkulunkulu* futhi akekho omunye.

      NginguNkulunkulu akekho ofana nami. +

      10 Ngibikezela isiphetho kusukela ekuqaleni,

      Kusukela kudala ngibikezela izinto ezingakenziwa. +

      Ngithi, ‘Isinqumo* sami siyokuma, +

      Ngizokwenza noma yini engiyithandayo.’ +

  • Isaya 48:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  5 Ngakutshela kudala.

      Ngaphambi kokuba kwenzeke, ngabangela ukuba ukuzwe,

      Ukuze ungasho ukuthi, ‘Kwenziwe yisithixo sami;

      Kuyalwe yisithombe sami esibaziwe nesithombe sami sensimbi.’*

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela