Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Joshuwa 23:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 “Manje sengizokufa,* futhi nazi kahle ngayo yonke inhliziyo yenu nangawo wonke umphefumulo* wenu ukuthi akukho nesisodwa isithembiso kuzo zonke izithembiso ezinhle uJehova uNkulunkulu wenu anithembise zona esingafezekanga. Zigcwaliseke zonke. Asikho nesisodwa esingagcwalisekanga. +

  • Isaya 55:10, 11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Njengoba nje imvula neqhwa kwehla kuvela ezulwini

      Kungabuyeli lapho kungazange kuwumatise umhlaba kuwenze ukhiqize futhi uhlume,

      Otshalayo athole imbewu, nodlayo isinkwa,

      11 Liyoba njalo nezwi eliphuma emlonyeni wami. +

      Ngeke libuyele kimi lingafezanga lutho, +

      Kodwa nakanjani liyofeza noma yini eyintando yami, *+

      Nakanjani liyophumelela kulokho engilithumele kona.

  • Zakariya 1:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Nokho, amazwi ami neziqondiso zami engayala ngako izinceku zami, abaprofethi, oyihlo abakubonanga yini ukugcwaliseka kwako?’ + Ngakho babuya kimi bathi: ‘UJehova wamabutho wenze kithi ngokwezindlela zethu nezenzo zethu, njengoba nje ayenqumile.’ ” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela