Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 IziKronike 36:22, 23
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 22 Ngonyaka wokuqala kaKoresi + inkosi yasePheresiya, ukuze kufezeke izwi likaJehova elakhulunywa ngoJeremiya, + uJehova washukumisa uKoresi inkosi yasePheresiya ukuba enze isimemezelo kuwo wonke umbuso wakhe, leso asibhala naphansi, + sithi: 23 “Yilokhu uKoresi inkosi yasePheresiya akushoyo, ‘UJehova uNkulunkulu wamazulu unginike yonke imibuso yomhlaba + futhi ungiyale ukuba ngimakhele indlu eJerusalema elikwaJuda. + Ubani phakathi kwenu ongowesizwe sakhe? Kwangathi uJehova uNkulunkulu wakhe angaba naye, amvumele aye khona.’ ” +

  • Ezra 6:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 3 “Ngonyaka wokuqala weNkosi uKoresi, iNkosi uKoresi yakhipha umyalo ngokuphathelene nendlu kaNkulunkulu eseJerusalema: + ‘Le ndlu mayakhiwe kabusha ibe indawo okuzonikelwa kuyo imihlatshelo, kumele kubekwe izisekelo zayo; ukuphakama kwayo kumele kube amamitha angaba ngu-26,7,* ububanzi bayo bube amamitha angaba ngu-26,7, +

  • Isaya 45:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 “Ngivuse umuntu ngokulunga, +

      Ngizoqondisa zonke izindlela zakhe.

      Nguye oyokwakha idolobha lami +

      Akhulule abantu bami abadingisiwe + ngaphandle kwenkokhiso noma kwesifumbathiso,” + kusho uJehova wamabutho.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela