IHubo 79:8, 9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Ungasijezisi ngenxa yeziphambeko zokhokho bethu. + Shesha usibonise isihe, +Ngoba sithotshisiwe. 9 Sisize, Nkulunkulu wensindiso yethu, +Ngenxa yegama lakho elikhazimulayo;Sikhulule, uthethelele* izono zethu ngenxa yegama lakho. + Jeremiya 31:34 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 34 “Yilowo nalowo ngeke esafundisa umakhelwane wakhe noma umfowabo, athi, ‘Yazi uJehova!’ + ngoba bonke bayongazi, kusukela komncane kunabo bonke kuye komkhulu kunabo bonke,” + kusho uJehova. “Ngoba ngiyosithethelela isiphambeko sabo, nesono sabo ngeke ngisasikhumbula.” + Jeremiya 33:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Ngizothethelela zonke izono zabo neziphambeko zabo abone ngazo kimi, + ukuze bahlanzeke. +
8 Ungasijezisi ngenxa yeziphambeko zokhokho bethu. + Shesha usibonise isihe, +Ngoba sithotshisiwe. 9 Sisize, Nkulunkulu wensindiso yethu, +Ngenxa yegama lakho elikhazimulayo;Sikhulule, uthethelele* izono zethu ngenxa yegama lakho. +
34 “Yilowo nalowo ngeke esafundisa umakhelwane wakhe noma umfowabo, athi, ‘Yazi uJehova!’ + ngoba bonke bayongazi, kusukela komncane kunabo bonke kuye komkhulu kunabo bonke,” + kusho uJehova. “Ngoba ngiyosithethelela isiphambeko sabo, nesono sabo ngeke ngisasikhumbula.” +