-
Jeremiya 25:15, 16IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
15 Ngoba yilokhu uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli akusho kimi: “Thatha le ndebe yewayini yolaka esandleni sami, uphuzise zonke izizwe engikuthuma kuzo. 16 Ziyophuza, zidiyazele zenze njengabantu abasangene lapho ngithumela isitha ukuba sibahlasele ngenkemba.” +
-