Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 21:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  9 Bheka:

      Kuza amadoda egibele inqola yempi edonswa amahhashi!” +

      Wabe esekhuluma wathi:

      “Liwile! IBhabhiloni liwile! +

      Yonke imifanekiso ebaziwe yonkulunkulu balo uyiphihlize yawela emhlabathini!” +

  • Isaya 47:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  9 Kodwa lezi zinto ezimbili zizokufikela ngokuzumayo, ngosuku olulodwa: +

      Ukulahlekelwa abantwana nobufelokazi.

      Ziyokwehlela ngokugcwele +

      Ngenxa yobuthakathi* bakho, nazo zonke iziphonso zakho ezinamandla. +

  • IsAmbulo 14:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 8 Nenye ingelosi, eyesibili, yalandela, yathi: “Liwile! IBhabhiloni Elikhulu + liwile, + lona elenza ukuba zonke izizwe ziphuze iwayini lenkanuko* yokuziphatha kabi kwalo ngokocansi!” *+

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela