9 ngithumela izizwe zasenyakatho,” + kusho uJehova, “ngithumela inkosi yaseBhabhiloni uNebukhadinezari, inceku yami, + bazobhubhisa leli zwe + nezakhamuzi zalo nazo zonke lezi zizwe ezinxazonke. + Ngizobabhubhisa ngibenze babe yinto eshaqisayo nento yokushayelwa ikhwela, incithakalo yaphakade.