Jeremiya 25:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 “ ‘Kodwa lapho iminyaka engu-70 isiphelile, + ngizoyijezisa inkosi yaseBhabhiloni nabantu bakhona ngenxa yecala labo,’ + kusho uJehova, ‘izwe lamaKhaledi ngizolenza libe yincithakalo kuze kube phakade. + Jeremiya 50:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Memezani njengoba kumenyezwa empini ngokumelene nalo nhlangothi zonke. Lizinikele.* Izinsika zalo ziwile, izindonga zalo zidiliziwe, +Ngoba yimpindiselo kaJehova. + Ziphindiseleleni kulo. Yenzani kulo njengoba nje nalo lenzile. +
12 “ ‘Kodwa lapho iminyaka engu-70 isiphelile, + ngizoyijezisa inkosi yaseBhabhiloni nabantu bakhona ngenxa yecala labo,’ + kusho uJehova, ‘izwe lamaKhaledi ngizolenza libe yincithakalo kuze kube phakade. +
15 Memezani njengoba kumenyezwa empini ngokumelene nalo nhlangothi zonke. Lizinikele.* Izinsika zalo ziwile, izindonga zalo zidiliziwe, +Ngoba yimpindiselo kaJehova. + Ziphindiseleleni kulo. Yenzani kulo njengoba nje nalo lenzile. +