Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 32:35
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 35 Impindiselo ingeyami, nokubuyisela, +

      Ngesikhathi esimisiwe lapho unyawo lwabo lushelela, +

      Ngoba usuku abazokwehlelwa ngalo inhlekelele luseduze,

      Lokho okubalindele kuzofika ngokushesha.’

  • IHubo 94:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 94 O Nkulunkulu wempindiselo, Jehova, +

      O Nkulunkulu wempindiselo, khanya!

  • Isaya 34:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  8 Ngoba uJehova unosuku lwempindiselo, +

      Unyaka wokujezisa ngenxa yecala lomthetho ngeZiyoni. +

  • Jeremiya 50:29
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 29 Bizani abacibisheli bahlasele iBhabhiloni,

      Bonke abagoba* umnsalo. +

      Kanisani nxazonke zalo; ningavumeli muntu aphunyuke.

      Libuyiseleni ngokwezenzo zalo. +

      Yenzani kulo njengoba nje lenzile. +

      Ngoba lizikhukhumezile phambi kukaJehova,

      Phambi koNgcwele ka-Israyeli. +

  • IsAmbulo 18:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 Ngoba izono zalo ziye zanqwabelana zaze zafika ezulwini, + noNkulunkulu wazikhumbula izenzo zalo zokungalungi. *+

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela