Jeremiya 32:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 itayitela lokuthenga ngalinika uBharuki + indodana kaNeriya + indodana kaMaseya phambi kukaHanameli indodana yomfowabo kababa, phambi kofakazi abasayina etayiteleni lokuthenga naphambi kwawo wonke amaJuda ayehlezi eGcekeni Labaqaphi. + Jeremiya 36:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 UJeremiya wabe esebiza uBharuki + indodana kaNeriya, uJeremiya wamtshela wonke amazwi uJehova ayewakhulume kuye, uBharuki wawabhala emqulwini. *+ Jeremiya 45:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 45 Leli yizwi uJeremiya umprofethi alikhuluma kuBharuki + indodana kaNeriya lapho ebhala encwadini la mazwi ayewatshelwa uJeremiya + ngonyaka wesine kaJehoyakimi + indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda:
12 itayitela lokuthenga ngalinika uBharuki + indodana kaNeriya + indodana kaMaseya phambi kukaHanameli indodana yomfowabo kababa, phambi kofakazi abasayina etayiteleni lokuthenga naphambi kwawo wonke amaJuda ayehlezi eGcekeni Labaqaphi. +
4 UJeremiya wabe esebiza uBharuki + indodana kaNeriya, uJeremiya wamtshela wonke amazwi uJehova ayewakhulume kuye, uBharuki wawabhala emqulwini. *+
45 Leli yizwi uJeremiya umprofethi alikhuluma kuBharuki + indodana kaNeriya lapho ebhala encwadini la mazwi ayewatshelwa uJeremiya + ngonyaka wesine kaJehoyakimi + indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda: