Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 20
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Mathewu Okuphakathi

      • Izisebenzi zasensimini yamagilebhisi neholo elilinganayo (1-16)

      • Kuphinde kubikezelwa ngokufa kukaJesu (17-19)

      • Izicelo zezikhundla eMbusweni (20-28)

        • UJesu uyisihlengo sabaningi (28)

      • Amadoda amabili ayizimpumputhe ayelashwa (29-34)

Mathewu 20:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 21:33

Mathewu 20:2

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo B14.

Mathewu 20:3

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Okuwukuthi, cishe ngo-9:00 ekuseni.

Mathewu 20:5

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Okuwukuthi, cishe ngo-12:00 emini.

  • *

    Okuwukuthi, cishe ngo-3:00 ntambama.

Mathewu 20:6

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Okuwukuthi, cishe ngo-5:00 ntambama.

Mathewu 20:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Lev 19:13; Dut 24:14, 15

Mathewu 20:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo B14.

Mathewu 20:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo B14.

Mathewu 20:13

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Bheka iSithasiselo B14.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 20:2

Mathewu 20:15

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiGreki, “libi; lonakele.”

  • *

    Noma, “ngiyaphana.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 6:23

Mathewu 20:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 19:30; Mar 10:31; Luk 13:30

Mathewu 20:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 10:32; Luk 18:31

Mathewu 20:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 16:21; Mar 10:33, 34; Luk 9:22; 18:32, 33

Mathewu 20:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 27:31; Joh 19:1
  • +Mat 17:22, 23; 28:6; IzE 10:40; 1Ko 15:4

Mathewu 20:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 4:21; 27:55, 56
  • +Mar 10:35-40

Mathewu 20:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 19:28

Mathewu 20:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 26:39; Mar 10:38; 14:36; Joh 18:11

Mathewu 20:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 12:2; Rom 8:17; 2Ko 1:7; IsA 1:9
  • +Mar 10:39, 40

Mathewu 20:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 10:41-45; Luk 22:24

Mathewu 20:25

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 10:42

Mathewu 20:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Ko 1:24; 1Pe 5:3
  • +Mat 18:4; 23:11; Mar 10:43, 44; Luk 22:26

Mathewu 20:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 9:35

Mathewu 20:28

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ngomphefumulo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 22:27; Joh 13:14; Flp 2:7
  • +Isay 53:11; Mar 10:45; 1Ti 2:5, 6; Tit 2:13, 14; Heb 9:28

Mathewu 20:30

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 9:27; Mar 10:46-52; Luk 18:35-43

Mathewu 20:34

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 9:29

Okunye

Math. 20:1Mat 21:33
Math. 20:8Lev 19:13; Dut 24:14, 15
Math. 20:13Mat 20:2
Math. 20:15Mat 6:23
Math. 20:16Mat 19:30; Mar 10:31; Luk 13:30
Math. 20:17Mar 10:32; Luk 18:31
Math. 20:18Mat 16:21; Mar 10:33, 34; Luk 9:22; 18:32, 33
Math. 20:19Mat 27:31; Joh 19:1
Math. 20:19Mat 17:22, 23; 28:6; IzE 10:40; 1Ko 15:4
Math. 20:20Mat 4:21; 27:55, 56
Math. 20:20Mar 10:35-40
Math. 20:21Mat 19:28
Math. 20:22Mat 26:39; Mar 10:38; 14:36; Joh 18:11
Math. 20:23IzE 12:2; Rom 8:17; 2Ko 1:7; IsA 1:9
Math. 20:23Mar 10:39, 40
Math. 20:24Mar 10:41-45; Luk 22:24
Math. 20:25Mar 10:42
Math. 20:262Ko 1:24; 1Pe 5:3
Math. 20:26Mat 18:4; 23:11; Mar 10:43, 44; Luk 22:26
Math. 20:27Mar 9:35
Math. 20:28Luk 22:27; Joh 13:14; Flp 2:7
Math. 20:28Isay 53:11; Mar 10:45; 1Ti 2:5, 6; Tit 2:13, 14; Heb 9:28
Math. 20:30Mat 9:27; Mar 10:46-52; Luk 18:35-43
Math. 20:34Mat 9:29
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
  • 34
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Mathewu 20:1-34

NgokukaMathewu

20 “UMbuso wamazulu unjengomninindlu owaphuma ekuseni kakhulu eyoqasha izisebenzi ezizosebenza ensimini yakhe yamagilebhisi. + 2 Lapho esevumelene nezisebenzi ngodenariyu* ngosuku, wazithumela ensimini yakhe yamagilebhisi. 3 Ephuma futhi cishe ngehora lesithathu,* wabona abanye bemile bengaqashiwe emakethe; 4 nakulabo wathi, ‘Nani futhi hambani niye ensimini yamagilebhisi, ngizoninika noma yini efanele.’ 5 Ngakho bahamba. Waphinde waphuma cishe ngehora lesithupha* nangehora lika-9* wenza okufanayo. 6 Ekugcineni, cishe ngehora lika-11* waphuma futhi wathola abanye bemile, wathi kubo, ‘Kungani benilokhu nimi lapha usuku lonke ningaqashiwe?’ 7 Bathi kuye, ‘Kungenxa yokuthi akekho osiqashile.’ Wathi kubo, ‘Nani hambani niye ensimini yamagilebhisi.’

8 “Lapho kuhwalala, umnikazi wensimu yamagilebhisi wathi enduneni yakhe, ‘Biza izisebenzi uziholele imali yazo, + uqale ngesokugcina ugcine ngesokuqala.’ 9 Lapho abantu behora lika-11 befika, ngamunye wathola udenariyu.* 10 Ngakho lapho abokuqala befika, bacabanga ukuthi babezothola okwengeziwe, kodwa nabo baholelwa ngesilinganiso sikadenariyu.* 11 Lapho bewamukela bakhononda ngomninindlu 12 bathi, ‘La madoda okugcina enze umsebenzi wehora elilodwa; noma kunjalo uwenze alingana nathi esithwale umthwalo osindayo wosuku nokushisa okukhulu!’ 13 Kodwa yena ephendula omunye wabo, wathi, ‘Mfo, angikonanga ngalutho. Sivumelene ngodenariyu,* akunjalo? + 14 Thatha okungokwakho uhambe. Ngifuna ukunika lona wokugcina okufanayo nengikunika wena. 15 Anginalo yini ilungelo lokwenza engikuthandayo ngezinto zami? Noma ingabe iso lakho linomona* ngoba ngenze okuhle kubo?’ *+ 16 Kanjalo abokugcina bayoba ngabokuqala, abokuqala babe ngabokugcina.” +

17 Njengoba bekhuphukela eJerusalema, uJesu wathatha abafundi abangu-12 waya nabo ngasese wathi kubo endleleni: + 18 “Bhekani! Sikhuphukela eJerusalema, iNdodana yomuntu izonikelwa kubapristi abakhulu nakubabhali. Bazoyinika isigwebo sokufa, + 19 bayinikele kubantu bezizwe ukuba bahlekise ngayo, bayibhaxabule futhi bayibulalele esigxotsheni; + kodwa ngosuku lwesithathu izovuswa.” +

20 Khona-ke unina wamadodana kaZebedewu + weza kuye ehamba namadodana akhe, wamkhothamela wacela okuthile kuye. + 21 Wathi kuye: “Ufunani?” Yena wamphendula wathi: “Khipha izwi lokuba la madodana ami amabili ahlale enye ngakwesokudla sakho enye ngakwesobunxele sakho, eMbusweni wakho.” + 22 UJesu waphendula wathi: “Anikwazi enikucelayo. Ningakwazi yini ukuphuza indebe esengizoyiphuza?” + Bathi kuye: “Singakwazi.” 23 Wathi kubo: “Nizoyiphuza ngempela indebe yami, + kodwa ukuhlala ngakwesokudla sami nangakwesobunxele sami akukhona okwami ukuba ngiphane ngakho, kodwa kungokwalabo abakulungiselelwe nguBaba.” +

24 Lapho abanye abayishumi bezwa ngakho, bazithukuthelela lezi zelamani ezimbili. + 25 Kodwa uJesu wababizela kuye, wathi: “Niyazi ukuthi ababusi bezizwe bazenza izingqongqo phezu kwazo nabantu abakhulu basebenzisa igunya phezu kwazo. + 26 Akumele kube njalo phakathi kwenu; + kodwa noma ubani ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu kumele abe yisikhonzi senu, + 27 futhi noma ubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kumele abe yinceku yenu. + 28 Njengoba nje neNdodana yomuntu ingezelanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza + nokunikela ngokuphila* kwayo kube yisihlengo sabaningi.” +

29 Njengoba bephuma eJeriko, walandelwa isixuku esikhulu. 30 Izimpumputhe ezimbili ezazihlezi eceleni komgwaqo zezwa ukuthi kwakudlula uJesu, zamemeza zathi: “Nkosi, yiba nesihe kithi, Ndodana kaDavide!” + 31 Kodwa isixuku sazikhuza, sizitshela ukuba zithule; nokho zamemeza ngisho nakakhulu, zithi: “Nkosi, yiba nesihe kithi, Ndodana kaDavide!” 32 Ngakho uJesu wama, wazibiza wathi: “Nifuna nginenzeleni?” 33 Zathi kuye: “Nkosi, yenza amehlo ethu avuleke.” 34 UJesu wazihawukela wathinta amehlo azo, + masinyane zabona, zamlandela.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela