Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 Korinte 11
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

2 Korinte Okuphakathi

      • UPawulu nabaphostoli abahle kakhulu (1-15)

      • Ubunzima uPawulu abhekana nabo ngesikhathi engumphostoli (16-33)

2 Korinte 11:2

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiGreki, “sokushisekela uNkulunkulu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mar 2:19; Efe 5:23; IsA 21:2, 9

2 Korinte 11:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 3:4, 5; Joh 8:44
  • +1Ti 6:3-5; Heb 13:9; 2Pe 3:17

2 Korinte 11:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gal 1:7, 8

2 Korinte 11:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Ko 11:23

2 Korinte 11:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Ko 10:10

2 Korinte 11:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 18:3; 1Ko 9:18

2 Korinte 11:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Flp 4:10

2 Korinte 11:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +Flp 4:15, 16
  • +1Th 2:9

2 Korinte 11:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Ko 9:14, 15

2 Korinte 11:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “izaba.”

  • *

    Noma, “ngesikhundla.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Ko 9:11, 12

2 Korinte 11:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rom 16:17, 18; 2Pe 2:1

2 Korinte 11:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gal 1:8; 2Th 2:9

2 Korinte 11:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +Mat 16:27; Flp 3:18, 19; 2Ti 4:14

2 Korinte 11:18

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Okuwukuthi, ngokwemibono yabantu.

2 Korinte 11:22

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiGreki, “bayimbewu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 22:3
  • +Rom 11:1; Flp 3:4, 5

2 Korinte 11:23

Izikhombo Zezincwadi

  • +Rom 11:13; 1Ko 15:10
  • +IzE 16:23, 24
  • +IzE 9:15, 16; 2Ko 6:4, 5; 1Pe 2:20, 21

2 Korinte 11:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 25:3

2 Korinte 11:25

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 16:22
  • +IzE 14:19
  • +IzE 27:41

2 Korinte 11:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 20:3; 23:10
  • +IzE 14:5, 6
  • +IzE 13:50

2 Korinte 11:27

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiGreki, “nasekuhambeni nqunu.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 20:31
  • +1Ko 4:11
  • +2Ko 6:4, 5

2 Korinte 11:28

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “zinto ezingezohlobo lwangaphandle.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Ko 2:4; Kol 2:1

2 Korinte 11:33

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ngobhasikidi olukiwe.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 9:24, 25

Okunye

2 Kor. 11:2Mar 2:19; Efe 5:23; IsA 21:2, 9
2 Kor. 11:3Gen 3:4, 5; Joh 8:44
2 Kor. 11:31Ti 6:3-5; Heb 13:9; 2Pe 3:17
2 Kor. 11:4Gal 1:7, 8
2 Kor. 11:52Ko 11:23
2 Kor. 11:62Ko 10:10
2 Kor. 11:7IzE 18:3; 1Ko 9:18
2 Kor. 11:8Flp 4:10
2 Kor. 11:9Flp 4:15, 16
2 Kor. 11:91Th 2:9
2 Kor. 11:101Ko 9:14, 15
2 Kor. 11:121Ko 9:11, 12
2 Kor. 11:13Rom 16:17, 18; 2Pe 2:1
2 Kor. 11:14Gal 1:8; 2Th 2:9
2 Kor. 11:15Mat 16:27; Flp 3:18, 19; 2Ti 4:14
2 Kor. 11:22IzE 22:3
2 Kor. 11:22Rom 11:1; Flp 3:4, 5
2 Kor. 11:23Rom 11:13; 1Ko 15:10
2 Kor. 11:23IzE 16:23, 24
2 Kor. 11:23IzE 9:15, 16; 2Ko 6:4, 5; 1Pe 2:20, 21
2 Kor. 11:24Dut 25:3
2 Kor. 11:25IzE 16:22
2 Kor. 11:25IzE 14:19
2 Kor. 11:25IzE 27:41
2 Kor. 11:26IzE 20:3; 23:10
2 Kor. 11:26IzE 14:5, 6
2 Kor. 11:26IzE 13:50
2 Kor. 11:27IzE 20:31
2 Kor. 11:271Ko 4:11
2 Kor. 11:272Ko 6:4, 5
2 Kor. 11:282Ko 2:4; Kol 2:1
2 Kor. 11:33IzE 9:24, 25
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
  • 33
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
2 Korinte 11:1-33

Eyesibili KwabaseKorinte

11 Ngisho noma kubonakala sengathi ngintula ukuhlakanipha, ngingathanda ningibekezelele. Kodwa eqinisweni, niyangibekezelela! 2 Ngoba ngiyakhweleza ngani ngesikhwele sokuhlonipha uNkulunkulu,* ngoba mina uqobo nganithembisa umshado nendoda eyodwa ukuze nginethule njengentombi emsulwa kuKristu. + 3 Kodwa ngiyesaba ukuthi ngandlela-thile, njengoba inyoka yayenga u-Eva ngobuqili bayo, + izingqondo zenu zingase zonakaliswe zisuke ebuqothweni nasebumsulweni obufanele uKristu. + 4 Ngoba njengamanje, uma kufika othile ashumayele ngomunye uJesu ngaphandle kwalowo esashumayela ngaye, noma uma namukela omunye umoya ngaphandle kwalowo enawamukela, noma ezinye izindaba ezinhle ngaphandle kwalezo enazamukela, + nimbekezelela kalula. 5 Ngoba ngicabanga ukuthi angibonakalanga nakweyodwa into ngiphansi kunabaphostoli benu abahle kakhulu. + 6 Kodwa ngisho noma ngingenalo ikhono ekukhulumeni, + ngokuqinisekile angiyena ongenalo olwazini; ngempela salwenza lwacaca kini ngazo zonke izindlela nakuzo zonke izinto.

7 Noma, ngenza isono yini ngokuzithoba ukuze nina niphakanyiswe, ngenxa yokuthi ngazimemezela ngentokozo izindaba ezinhle zikaNkulunkulu kini ngaphandle kwenkokhiso? + 8 Ngathola usizo kwamanye amabandla, kunjengokungathi ngantshontshela wona ukuze ngikhonze nina. + 9 Nokho, ngesikhathi ngikanye nani futhi ngiswele, angizange ngibe umthwalo nakoyedwa, ngoba abazalwane ababevela eMakedoniya banginikeza konke engangikudinga. + Yebo, ngazo zonke izindlela ngazigcina ngingewona umthwalo kini futhi ngizoqhubeka ngenza kanjalo. + 10 Uma nje ngisewumlandeli kaKristu, ngeke ngikuyeke lokhu kuziqhayisa + ezifundeni zase-Akhaya. 11 Ngasiphi isizathu? Ngoba nginganithandi? UNkulunkulu uyazi ukuthi ngiyanithanda.

12 Kodwa lokhu engikwenzayo ngizoqhubeka ngikwenza, + ukuze ngiqede izaba zalabo abafuna isizathu* sokuba batholakale belingana nathi ezintweni* abaziqhayisa ngazo. 13 Ngoba abantu abanjalo bangabaphostoli bamanga, izisebenzi ezikhohlisayo, bazenza abaphostoli bakaKristu. + 14 Lokhu akumangazi ngoba uSathane ulokhu ezenza ingelosi yokukhanya. + 15 Ngakho-ke akuyona into eyisimanga uma nezikhonzi zakhe zilokhu zizenza izikhonzi zokulunga. Kodwa ukuphela kwazo kuyoba njengokwemisebenzi yazo. +

16 Ngiyaphinda futhi ngithi: Makungabikho muntu ocabanga ukuthi anginangqondo. Kodwa ngisho noma nicabanga kanjalo, ngamukeleni njengomuntu ongenangqondo, ukuze nami ngiziqhayise kancane. 17 Engikushoyo manje angikusho ngilandela isibonelo seNkosi, kodwa ngikusho ngendlela umuntu ongenangqondo abengakusho ngayo, ngokuzethemba okuhambisana nokuziqhayisa. 18 Njengoba abaningi beziqhayisa ngokuvumelana nenyama,* nami ngizoziqhayisa. 19 Njengoba nina nizitshela ukuthi ninengqondo, nibabekezelela ngenjabulo abantu abangenangqondo. 20 Eqinisweni, nibekezelela noma ubani onigqilazayo, noma ubani oshwabadela impahla yenu, noma ubani ohlwitha lokho eninakho, noma ubani oziphakamisayo phezu kwenu, nanoma ubani onishaya ebusweni.

21 Ngikusho lokhu ukuze kuhlazeke thina, njengoba kungase kubonakale sengathi senze ngendlela ebuthakathaka.

Kodwa uma abanye benza ngendlela ebonisa isibindi—ngikhuluma ngokungenangqondo—nami ngenza ngendlela ebonisa isibindi. 22 Ingabe bangamaHebheru? Nami nginguye. + Ingabe bangama-Israyeli? Nami nginguye. Ingabe bayinzalo* ka-Abrahama? Nami ngiyiyo. + 23 Ingabe bayizikhonzi zikaKristu? Ngiphendula njengohlanya, ngiyisikhonzi sikaKristu ngendlela evelele kakhulu kunabo: Ngenze imisebenzi eminingi kunabo, + ngaboshwa kaningi kunabo, + ngashaywa izikhathi eziningi, ngacishe ngafa izikhathi eziningi. + 24 Kahlanu ngamukela imivimbo engu-39 kumaJuda, + 25 ngashaywa ngezinduku + kathathu, ngashaywa ngamatshe + kanye, ngaphukelwa umkhumbi + kathathu, ngachitha ubusuku obubodwa nemini eyodwa ngisolwandle; 26 ohambweni kaningi, ezingozini emifuleni, ezingozini ezigebengwini, ezingozini kubantu bakithi, + ezingozini ezizweni, + ezingozini edolobheni, + ezingozini ehlane, ezingozini olwandle, ezingozini phakathi kwabazalwane bamanga, 27 emshikashikeni nasekukhandlekeni, ekuqwasheni kaningi ebusuku, + ekulambeni nasekomeni, + ekusweleni ukudla izikhathi eziningi, + emakhazeni nasekusweleni okokugqoka.*

28 Ngaphandle kwalezo zinto,* kukhona okungicindezelayo usuku nosuku: ukukhathazeka ngawo wonke amabandla. + 29 Lapho othile ebuthakathaka, angibi yini buthakathaka nami? Lapho othile ekhutshekiswa, akungithukuthelisi yini lokho?

30 Uma kumele ngiqhoshe, ngizoqhosha ngezinto ezibonisa ubuthakathaka bami. 31 UNkulunkulu noYise weNkosi uJesu, Lowo okumele adunyiswe kuze kube phakade, uyazi ukuthi angiqambi amanga. 32 EDamaseku umbusi ongaphansi kuka-Aretha inkosi wayegade idolobha labaseDamaseku ukuze angibambe, 33 kodwa ngehliswa ngobhasikidi* ngefasitela elisodongeni lwedolobha, + ngaphunyuka ezandleni zakhe.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela