Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 146
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

AmaHubo Okuphakathi

      • Thembela kuNkulunkulu hhayi kubantu

        • Uma umuntu esefile, imicabango yakhe iyashabalala (4)

        • UNkulunkulu uvusa abakhotheme (8)

IHubo 146:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Haleluya!” Elithi “Jah” liyisifushaniso segama elithi Jehova.

  • *

    Noma, “Mangidumise uJehova ngenhliziyo yami yonke.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IsA 19:6
  • +IHu 103:1

IHubo 146:2

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Ngizomdlalela izinsimbi zomculo.”

IHubo 146:3

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ezicukuthwaneni.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 62:9; 118:8, 9; Isay 2:22; Jer 17:5

IHubo 146:4

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Iyayeka ukuphefumula.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 3:19; IHu 104:29; Shu 3:20; 12:7
  • +Shu 9:5, 10; Isay 38:18

IHubo 146:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 46:7
  • +IHu 71:5; Jer 17:7

IHubo 146:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +IzE 4:24; IsA 14:7
  • +Dut 7:9

IHubo 146:7

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “ababoshiwe.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 107:9; 145:16
  • +IHu 107:14; 142:7

IHubo 146:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 29:18; 35:5
  • +IHu 145:14; 2Ko 7:6

IHubo 146:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “uyayigwegwisa indlela yababi.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 10:18; IHu 68:5
  • +IHu 145:20

IHubo 146:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Haleluya!” Elithi “Jah” liyisifushaniso segama elithi Jehova.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 15:18; Dan 6:26; IsA 11:15

Okunye

IHu. 146:1IsA 19:6
IHu. 146:1IHu 103:1
IHu. 146:3IHu 62:9; 118:8, 9; Isay 2:22; Jer 17:5
IHu. 146:4Gen 3:19; IHu 104:29; Shu 3:20; 12:7
IHu. 146:4Shu 9:5, 10; Isay 38:18
IHu. 146:5IHu 46:7
IHu. 146:5IHu 71:5; Jer 17:7
IHu. 146:6IzE 4:24; IsA 14:7
IHu. 146:6Dut 7:9
IHu. 146:7IHu 107:9; 145:16
IHu. 146:7IHu 107:14; 142:7
IHu. 146:8Isay 29:18; 35:5
IHu. 146:8IHu 145:14; 2Ko 7:6
IHu. 146:9Dut 10:18; IHu 68:5
IHu. 146:9IHu 145:20
IHu. 146:10Eks 15:18; Dan 6:26; IsA 11:15
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IHubo 146:1-10

AmaHubo

146 Dumisani uJah! *+

Dumisa uJehova, + mphefumulo wami.*

 2 Ngizomdumisa uJehova ukuphila kwami konke.

Ngizomhubela* uNkulunkulu wami uma nje ngisaphila.

 3 Ningabeki ithemba lenu ezikhulwini,*

Noma endodaneni yomuntu, engenakukwazi ukusindisa. +

 4 Umoya wayo uyaphuma,* iphindele emhlabathini; +

Ngalolo suku imicabango yayo iyashabalala. +

 5 Uyajabula lowo osizwa nguNkulunkulu kaJakobe, +

Othembele kuJehova uNkulunkulu wakhe, +

 6 UMenzi wezulu nomhlaba,

Wolwandle, nowakho konke okukukho, +

Ohlala ethembekile ngaso sonke isikhathi, +

 7 Owenzela abaqoliwe ubulungisa,

Onika abalambile isinkwa. +

UJehova ukhulula iziboshwa. *+

 8 UJehova uvula amehlo ezimpumputhe; +

UJehova uvusa abakhotheme; +

UJehova uyabathanda abalungile.

 9 UJehova uvikela izifiki;

Usekela intandane nomfelokazi, +

Kodwa uyawabhuntshisa amacebo ababi. *+

10 UJehova uyoba yiNkosi kuze kube phakade, +

UNkulunkulu wakho, Ziyoni, esizukulwaneni ngesizukulwane.

Dumisani uJah!*

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela