Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Hezekeli 2
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Hezekeli Okuphakathi

      • UHezekeli uthunywa njengomprofethi (1-10)

        • “Kungakhathaliseki ukuthi bayalalela noma cha” (5)

        • Waboniswa umqulu wezingoma zokulila (9, 10)

Hezekeli 2:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    “Ndodana yomuntu”; le nkulumo evela izikhathi ezingu-93 encwadini kaHezekeli ivela okokuqala.

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dan 10:11

Hezekeli 2:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Hez 3:24

Hezekeli 2:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kr 36:15; Hez 33:7
  • +Isay 1:4; Jer 16:12
  • +Dut 9:24; IHu 78:8; Jer 3:25; IzE 7:51

Hezekeli 2:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +Hez 3:7

Hezekeli 2:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +Hez 12:2
  • +Hez 3:11; 33:4, 15, 33; Joh 15:22; IzE 20:26

Hezekeli 2:6

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma kungaba, “ngisho noma abantu benenkani futhi befana nezinto ezikuhlabayo.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Kh 1:15; Luk 12:4
  • +Mik 7:4
  • +Isay 51:7
  • +Jer 1:8; Hez 3:9

Hezekeli 2:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jer 1:17

Hezekeli 2:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jer 15:16; IsA 10:9, 10

Hezekeli 2:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “umqulu wencwadi.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jer 1:9
  • +Hez 3:1

Hezekeli 2:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +IsA 5:1
  • +Hez 19:1

Okunye

Hez. 2:1Dan 10:11
Hez. 2:2Hez 3:24
Hez. 2:32Kr 36:15; Hez 33:7
Hez. 2:3Isay 1:4; Jer 16:12
Hez. 2:3Dut 9:24; IHu 78:8; Jer 3:25; IzE 7:51
Hez. 2:4Hez 3:7
Hez. 2:5Hez 12:2
Hez. 2:5Hez 3:11; 33:4, 15, 33; Joh 15:22; IzE 20:26
Hez. 2:62Kh 1:15; Luk 12:4
Hez. 2:6Mik 7:4
Hez. 2:6Isay 51:7
Hez. 2:6Jer 1:8; Hez 3:9
Hez. 2:7Jer 1:17
Hez. 2:8Jer 15:16; IsA 10:9, 10
Hez. 2:9Jer 1:9
Hez. 2:9Hez 3:1
Hez. 2:10IsA 5:1
Hez. 2:10Hez 19:1
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Hezekeli 2:1-10

UHezekeli

2 Wathi kimi: “Ndodana yomuntu,* sukuma ume ngezinyawo ukuze ngikhulume nawe.” + 2 Ngesikhathi ekhuluma nami, umoya wangena kimi wangenza ngama ngezinyawo + ukuze ngizwe Lowo owayekhuluma nami.

3 Wabe esethi kimi: “Ndodana yomuntu, ngikuthuma kubantu bakwa-Israyeli, + ezizweni ezidlubulundayo eziye zadlubulunda kimi. + Bona nokhokho babo bonile kimi kuze kube namuhla. + 4 Ngikuthuma emadodaneni adelelayo nanezinhliziyo ezilukhuni, + kumele uthi kuwo, ‘Yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushoyo.’ 5 Kodwa bona, kungakhathaliseki ukuthi bayalalela noma cha—ngoba bangabantu abadlubulundayo +—nakanjani bayokwazi ukuthi umprofethi ubephakathi kwabo. +

6 “Kodwa wena ndodana yomuntu ungabesabi, + ungawesabi amazwi abo ngisho noma uzungezwe ameva *+ futhi uhlala phakathi kofezela. Ungawesabi amazwi abo + futhi ungethuswa ubuso babo, + ngoba bangabantu abadlubulundayo. 7 Kumele ukhulume amazwi ami kubo, kungakhathaliseki ukuthi bayalalela noma cha, ngoba bayadlubulunda. +

8 “Kodwa wena ndodana yomuntu, lalela lokho engikutshela kona. Ungadlubulundi njengalaba bantu abadlubulundayo. Vula umlomo wakho udle engikunika kona.” +

9 Lapho ngibuka, ngabona isandla selulelwe kimi, + ngabona umqulu obhaliwe* kuso. + 10 Lapho ewuvula phambi kwami, wawubhalwe ngemuva nangaphambili. + Kuwo kwakubhalwe izingoma zokulila, nezinto ezazenza abantu bakhale futhi baklabalase. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela